imfundo kayikhulelwa meaning?

Yini or yintoni imfundo? imfundo ichaza ukuya esikoleni uyothola ulwazi, kunomahluko phakathi kwegama elithi ukufunda nemfundo, ukufunda akuchazi ukuya esikoleni kuphela kodwa kuchaza ukucosha ulwazi noma ilaphi. Umuntu ufunda aze afe kuchaza ukuthi noma ngabe usumdala kangakanani kuba nolwazi oyohlale ulithola kwabanye, isibonelo: ungathi umdala una 80 years, kuqhamuke ingane ena 12 years ikufundise isaga noma isisho ongasazi, wena usungaphendula uthi umuntu ufunda aze afe.

Imfundo kayikhulelwa

Imfundo kayikhulelwa noma ngabe usumdala kangakanani usangathatha ipeni nephepha ushone khona esikoleni, abanye abantu uzwa bethi badala ukuyohlala edeskini kodwa uma uthi uyabheka umuntu uneminyaka eko 25 lowomuntu usamncane usangaphindela edeskin uthole imfundo.

Imfundo ayikhulelwa inkulumo elungiselelwe

Ukubaluleka kwemfundo. Imfundo ibalulekile esikhathini samanje akukho okungadingi imfundo, Abanye bake bathi bazodlala ibhola baziphilise ngamakhona, akunankinga nalokho kodwa kubalulekile ukufunda, siyabona abantu abadumile abafana nonozinto we kaizer cheifs uKune, uvelile ethwele ijazi, ukufunda kulabuleke lana uma uziphilisa ngekhono, abadlali bebhola isibonelo bayashesha ukuthathiswa umhlalaphansi, uma usuthathe umhlalaphansi imali iyaphela, kulapho sekumele ufundele ukuba wu coach uqhubekele phambili, noma behola kakhulu awucabange uthathe umhlalaphansi una 40 years woshaya nini u 80 years? ingakho kumele bafunde izifundo ezifana ne finance ukuze bezokwazi ukulondoloza imali yabo. ukuze bezokwazi ukuvula amabhizinisi. Ukufunda akuchazi ukuthi uzofunda bese usebenzela umlungu, ungafunda ugogode bese uvula ibhizinisi lakho, uyabona ukufunda kubaluleke ngenye indlela, uma u-applayela ubuzwe bamazwe afana no canada udinga idegree, uma ungenawo abayikhulumi eyakho indaba. Sibona abadlali be tv abafana no Tbos lona we skeem saam eshiya phansi ekulingiseni eyoqhubeka nomkhakha awufundele wezezimali, kungabukeka engathi bayahola abanye abantu uze ufise ukufana nabo kanti nabo babona imfundo ibalulekile. Imfundo iyohlala iwukhiye wempumelelo

Ukufunda ngezinganekwane

Izinhlobo zezinganekwane:

Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.

Ukuthenga imithi whatsapp +27633220426...click here

Send this post to Whatsapp

Comments
 
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?
 

izincazelo zamaphupho

Iziwasho nemithi

izithakazelo

izisho nezaga

Amagama esizulu izincazelo